emveni kwalokhu obizwa ngowenkontileka wangakolunye uhlangothi emveni kwalokhu babizwa ngamaqembu.
U-SAPS wenza isivumelwano NOWENKONTILEKA ngokwemigomo nemibandela ebekiwe kuke sivumelwano, kanti noWENKONTILEKA uyavuma ukunikeza usizo lwakhe ngqo kuSAPS ngokwemigomo nemibandela ebekiwe kuleSIVUMELWANO, e (emveni kwalokhu ebizwa ngokuthi EMSEBENZINI): Inqobo nje uma OWENKONTILEKA engatshelwa ngu SAPS ukuthi makaye kosebenzela u-SAPS kwenye indawo, kunoma isiphi isigceme esiyisakhiwo sikaSAPS esingekho EMSEBENZINI, kube okwesikhashana.
OWENKONTILEKA, ngenxa yale SIVUMELWANO , akufanele noma abe eseba nethemba lokulindela ukuthi sizovuselelwa le SIVUMELWANO, noma nje aqashwa kunoma yisiphi isikhundla njengomqashwa kwa-SAPS.
Kuyavunyelwana phakathi kwamaQEMBU, ukuthi OWENKONTILEKA isivumelwano asenziwe naye njengomqashwa ngokwale SIVUMELWANO futhi le SIVUMELWANO asisho ukuthi kunobuhlobo bokuqashana obukhona phakathi koweNKONTILEKA no SAPS.
OWENKONTILEKA kufanele, ngaphandle kwemigomo yesigaba 1.1 ngenhla nangaphansi kwemigomo yeziGaba 5 no 9 ngezansi, anikezele u-ASPS izinsizakalo ngesikhathi ezidinga nangokwemibandela ebekwe ngu-SAPS, esikhathini esikaliwe esi , kusukela osukwini lokuqala kwale SIVUMELWANO bheka isigaba 12.
Imisebenzi ebhekene noWENKONTILEKA izohlanganisa nanoma yimiphi imisebenzi eyenziwa ngezandla eyingxenye, futhi eqondene nemisebenzi yoWENKONTILEKA.
OWENKONTILEKA uzokwenza umsebenzi wakhe (bheka iziGaba 3.1 - 3.2 ngenhla) ewenzela u-SAPS izinsuku ezinhlanu evikini: Inqobo nje, uma OWENKONTILEKA engeke asebenzela u-SAPS ngemiGqibelo nangamaSonto, noma ngamaholide omphakathi.
OWENKONTILEKA umsebenzi wakhe uzowenza ngokwesheduli exhunyelwe lapha yaba uSheduli A.
OWENKONTILEKA angeke abe nalo ilungelo lokukhokhelwa ikhefu noma izinsuku abekade engekho ngazo ngokwale SIVUMELWANO.
OWENKONTILEKA angeke abe nalo ilungelo lokuthatha ikhefu ngokwale SIVUMELWANO.
u-SAPS uzoba nomsebenzi wokunikeza OWENKONTILEKA ezokuthutha imoto ukuya nokubuya EMSEBENZINI ukuze akwazi ukugcina umsebenzi wakhe bheka iziGaba 3.1-3.2 ngenhla ngokwale SIVUMELWANO.
U-SAPS uzomholela OWENKONTILEKA ngokuba khona nangomsebenzi awenzayo, imali yenkontilela ezoba R ...- ...amarandi ngehora kuhlanganiswa ntelelaye-VAT: Inqobo nje uma u-SAPS kungathi ekuhambeni kwesikhathi ngokuzikhethela kwakhe abuye ayikhuphule le mali yakhe yesivumelwano ekhokhelwa ngehora.
Lo mholo ukhokhwa kamuva zinyanga zonke nghlobo lwemali yaseNingizimu Afrika.
Le mali yenkontileka (bona isiGaba 10.1 ngezansi) imele umholo usuphelele nao zonke izinto eziyizinzuzo ezihambisana nomsebenzi woWENKONTILEKA Inqobo, lokho kubanjwa kwemali kuhambisana nomThetho othize, iyobanjwa emholweni woWENKONTILEKA.
OWENKONTILEKA uyamxolela u-SAPS maqondana nanoma yimuphi umonakalo noma ukulahlekelwa okudalwe ukulimala emzimbemi, ukulahleka kwempilo, ukulahleka noma ukulimala kwempahla noma ngabe kudalwe ngu SAPS noma omunye umuntu oseceleni noma ngabe udalwe noma kungenxa yobudedengu obube khona ngezikhathi oyilungu lika-SAPS egcina umyalelo, futhi uyamxolela u-SAPS kunoma yikuphi ukulahlekelwa, ukulimala, indleko noma inani lokukhokhwa maqondana nokuqhubekayo enkantolo okuqondene NOWENKONTILEKA nokungase kuhambisane nokufunwa imali noma ukuboshwa ngandlela thize.
Le SIVUMELWANO sizoqala ukusebenza futhi sibe yisibopho kusukela osukwini esisayinwe ngaso le SIVUMELWANO: Inqobo nje uma kwenzeka le SIVUMELWANO engasisayini kanye kanye AMAQEMBU, usuku lokugcina lokusayina kwelinye lamaqembu luyothathwa njengosuku lokuqala kokusebenza.
Le SIVUMELWANO, ngokuhambisanayo neziGaba 13.2 no 14.2 - 14.3 ngezansi, zizoqhubeka isikhathi esithize esilingene (bheka isiGaba 3.1 ngezansi), okuyoqala ngosuku okuqala ngalo ukuthi le SIVUMELWANO siqale ukusebenza (bheka isiGaba 12.1 ngezansi).
Le SIVUMELWANO singavuselelwa ngokukhetha kwe SAPS ngokuthi kubhalwe phansi ngemvume YOWENKONTILEKA kube okwesikhathi esithize esibekiwe: Inqobo nje uma u-SAPS eyokwazi ukuthi esimweni esifana naleso naye anikeze isaziso esibhaliwe kwisiGaba 13.2 ngenhla, singakapheli isikhathi sale SIVUMELWANO (bheka isiGaba 3.1 ngenhla), anikeze OWENKONTILEKA ukuthi ufuna ukusivuselela ISIVUMELWANO.
Okuqukethwe yile SIVUMELWANO kuyoba futhi iyona ngqokithi yesivumelwano, esivuselelwe ngokwesiGaba 13.2 ngenhla.
Le SIVUMELWANO, ngokuhambisanayo neziGaba 13.2 no 14.2 - 14.3 ngezansi, sizoziphelela ngokwaso ekupheleni kwesikhathi esilingene (Bheka isiGaba 3.1 ngezansi).
Uma kwenzeka le SIVUMELWANO siphela engakapheli amaviki amabili uma kubalwa usuku nosuku (bheka isiGaba 3.1 ngenhla) kusukela ekuqaleni kwale SIVUMELWANO (bheka isigaba 12 ngenhla), kuyosebenza inothisi yosuku olulodwa.
Uma kwenzeka le SIVUMELWANO siphela engakapheli amaviki amabili uma kubalwa usuku nosuku (bheka isiGaba 3.1 ngenhla) kusukela ekuqaleni kwale SIVUMELWANO (bheka isigaba 12 ngenhla), kepha ingakapheli inyanga eyodwa siqalile le SIVUMELWANO (bheka isigaba 12 ngenhla), kuyosebenza inothisi yamaviki amabili uma kubalwa usuku nosuku.
Uma kwenzeka le SIVUMELWANO siphela eva kwenyanga eyodwa uma kubalwa usuku nosuku kusukela ekuqaleni kwale SIVUMELWANO (bheka isigaba 12 ngenhla), kuyosebenza inothisi kwenyanga eyodwa . Inqobo nje uma u-SAPS engakwazi, kwizimo ezithile ezixolelekayo, ukuthi emukele inothisi yesikhathi esifishane.
Noma yiliphi iqembu kule SIVUMELWANO lingasinqamula le SIVUMELWANO uma omunye wabo ephula ingxenye yale SIVUMELWANO: Inqobo uma lelo qembu lokuqala elishiwo lilinikezile leli elinye iqembu inothisi ebhalwe phansi maqondana nalokhu kwephula futhi lokho kwephula kuhlale kungalungisiwe kwaze kwaphela izinsuku ezinhlanu kusukela osukwini elithole ngalo inothisi leyo.
Izihloko zezigaba kule SIVUMELWANO ziyizinkomba kuphela, ngakho azisiyona ingxenye futhi azithintene nokuhunyushwa kwesigaba nganomaiyiphi indlela.
Ngaphandle uma kubonakala kunokushayisana noma kungahambisani nokuqukethwe, ubunye buzohlanganisa nobuningi kanti ubulili besilisa buhlanganisa nobesifazane, kanjalo noma kuphendukezelwe.
Le SIVUMELWANO siyisivumelwano esiphelelele phakathi KWAMAQEMBU futhi sikhansela noma yisiphi esinye isivumelwano esike saba khona phakathi KWAMAQEMBU maqondana nokuqukethwe lapha.
AMAQEMBU ayavumelana ngokuthi angeke kushintshwe, kwengezwe, noma kuvunyelwane ngokukhansela noma lutho kwakhiwe kabusha le SIVUMELWANO kukho konke noma iphuzu noma umbandela waso futhi noma kwenzeka angeke kube namphumela ekusebenzeni kwesivumelwan ngaphandle uma kubhalwa phansi futhi omabili amaqembu asayinde noma asayindelwe abawamele.
Ukuthethelelwa okwenziwe yiqembu akusho ukuthi seliyawahoxisa amalungelo alo ngaphansi kwale SIVUMELWANO, ngakho-ke, lelo qembu angeke libe nesivimbezelo sokusebenzisa amalungelo alo ngenxa yokuthi esikhathini esidlule kade lixolelile noma ngoba kukhona okuqhamukayo.
AMAQEMBU akule SIVUMELWANO ayavumelana ukuthi azokwenganyelwa amandla eNkantolo Enkulu yesiFundazwe saseTransvaal, yeNkantolo Ephakeme yaseNingizimu Afrika (noma iNkantolo Ephakeme leyo okungathi ukuhamba kwesikhathi kube yiyo esinamandla engamele iNkantolo yesifunda ePitoli), maqondana nanoma yisiphi isinyathelo noma ukubophana okungaqhamuka kule SIVUMELWANO.
Inqobo nje uma le likheli elingenhla lingashintshwa ngokubhalwe phansi linikezwe leli elinye iqembu, bese liqala ukusebenza emva kwezinsuku eziyishumi sinikeziwe isaziso: Inqobo nje uma ikheli elisha elikhethiwe yiqembu lizobe nalo lingaphansi kwendawo lapho kunokuhanjiswa khona amaphepha.
Noma yisiphi isaziso esinikeziwe maqondana nale SIVUMELWANO singahanjiswa ngesandla, noma sithunyelwe ngeposi elikhokhelwe: Inqobo nje uma noma yisiphi isaziso nomaamaphepha ahanjiswe kwiqembu maqondana nanoma yiluphi udaba noma isihloko kule SIVUMELWANO nanoma yisiphi isaziso siyothathwa njengesidlulisiwe uma sinikezwe umuntu omdala ekhelini lomthetho elikhethwe yinoma yiliphi lamaqembu futhi angeke kube nesidingo sokunikeza iqembu ngqo.
ngosuku lwesikhombisa kusukela osukwini lokuyiposa, okubala usuku lokuyiposa, uma iposwe ngokurejistiwe; futhi ngosuku ethunyelwe ngalo uma ithunyelwe ngefeksi.
Noma yisiphi isinyathelo esibopha u-SAPS, kufanele sithathwe ngokwesigaba esifanele nesisemthethweni somThetho wamaPhoyisa eNingizimu Afrika, ka 1995 (umThetho onguNombolo 68 ka 1995), noma owelama wona emthethweni.
Ukuthi, okuqukethwe YISIVUMELWANO uchazelwe kona OWENKONTILEKA.
Ukuthi, SIVUMELWANO uyavuma ukuthi uyakuqonda konke okuqukethwe YISIVUMELWANO.